رَبِّي لَهُ الْأَسْمَاءُ الْحُسْنَى
INkosi yami inamagama amahle kakhulu
Zu
رَبِّي لَهُ الْأَسْمَاءُ الْحُسْنَى
تُسَبِّحْ لَهُ الْأكْوَانْ
Nkosi yami, Unamagama amahle kakhulu
Yonke indalo iyamdumisa
إِلَيْهِ يَرْجِعُ كُلُّ أَمْرٍ
كُلُّ زَمَانٍ وَكُلَّ مَكَانْ
Kuye kubuyela zonke izindaba
Kuzo zonke izikhathi nasezindaweni zonke
إِذَا دَعَوْتْ فَادْعُ الْإِلَهْ
وَإِنِ اسْتَجَرْتَ فَلُذْ بِاللَّهْ
Uma ukhuleka, khuleka kuNkulunkulu oyedwa
Uma ufuna isiphephelo, phephela ku-Allah
مَا لَنَا مَوْلًى سِوَاهْ
عَفُوٌّ كَرِيمٌ وَرَحْمَانْ
Asinalo uMvikeli ngaphandle Kwakhe
Othethelelayo, Ophanayo, noSihawu
رَبِّي لَهُ الْأَسْمَاءُ الْحُسْنَى
تُسَبِّحْ لَهُ الْأكْوَانْ
Nkosi yami, Unamagama amahle kakhulu
Yonke indalo iyamdumisa
إِلَيْهِ يَرْجِعُ كُلُّ أَمْرٍ
كُلُّ زَمَانٍ وَكُلَّ مَكَانْ
Kuye kubuyela zonke izindaba
Kuzo zonke izikhathi nasezindaweni zonke
اتَّقِ اللَّهْ وَلَهُ اِصْبِرْ
فَالْصَّبْرُ فِي الْعُقْبَى حَمِيدْ
Mesabe u-Allah, ubekezele ngenxa Yakhe
Ngoba ukubekezela kunomphumela otusekayo
وَتَزَوَّدْ عِلْمًا وَبَيَانًا
مِنَ الْسُّنَّةِ وَالْقُرْآنْ
Zihlomise ngolwazi nangokuqonda
Okuvela kwi-Sunnah nakwi-Qur'an