قِفْ وَاسْتَمِعْنِي يَا نَدِيمْ
Yima ungilalele we mngane
Zu
قِفْ وَاسْتَمِعْنِي يَا نَدِيمْ
قَوْلًا بِمَعْنَاهُ أَهِيمْ
Yima ungilalele, oh mngane wami
ngenkulumo engizulazula encazelweni yayo
حَمَلَتْ بِأَحْمَدَ أُمُّهُ
وَالْسَّعْدُ كَانَ لَهَا خَدِيمْ
Unina wakhulelwa u-Ahmad
kwathi inhlanhla yaba yinceku yakhe
حَمَلَتْ بِأَزْكَى الْأَنْبِيَاءْ
نَسَبًا وَهَنَّاهَا الْكَرِيمْ
Wakhulelwa ohlanzeke kunabo bonke abaprofethi
ngokozalo, uSomandla wamhalalisela
نَالَتْ بِهِ كُلَّ الْمُنَى
وَالْمَجْدِ وَالْعِزِّ الْمُقِيمْ
Wazuza ngaye zonke izifiso zakhe
nenkazimulo nesithunzi esimisiweyo
يَا فَوْزَهَا بِالْمُصْطَفَى
حَازَتْ بِهِ الْشَّرَفَ الْعَظِيمْ
Oh, ukunqoba kwakhe ngoKhethiweyo
wathola ngaye udumo olukhulu kakhulu
بُشْرَاكِ آمِنَةَ الْرِّضَى
بِمُحَمَّدٍ عَيْنِ الْنَّعِيمْ
Izindaba ezinhle kuwe Amina owenelisiwe
ngoMuhammadi, ongumthombo wenjabulo